John

Uthando or Uzocasha?

John • 06 Jul 16 11h42

Bathakathi ngididekile !ngike ngashima eside isikhathi bt nw ngathola ubhuti thizeni sisanda kuhlangana,lobhuti uma engivakashele akakhulumi he jst make lv to me evakwa lokho ezithulele elala aphinde evuke uma esefuna ucansi aphinde alale kuyimanje angizazi ngimephi naye cz uma ngithi ngifuna ukumazi kangcono uvele ethi"nami kuningi engifuna ukukwazi ngawe bt angijahile".ngaphezu kwalokho nginama off limit okumqabula cz uthi uhlala nobaba wakhe futhi enjalo uma eza endlini yami akaphathi ngisho iDrink uvele efike ezishayela nje ,even ngimusendela esmg during the day ngimtshela ngizinto engingazithandi uyafona ethi uzongibona later bt mesefika akakhulumi uyazilalela!bathakathi ngecele ningisize ningibonise ukuthi uthando lolu noma uzozichashela ubalekela ezinkinga endlin, nalabobhuti abajwayele ukuvakashela occ bengichazele ukuthi kuyikhona ukuth uma sikhona yini isidingo or cha sokuphatha something uma uvakashele intombi?

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...