John

I learnt a new lesson

John • 15 May 16 05h57

Ngibingelele bathakath ngake ngaposta ngamaholidi kaGood mayelana nokulimalelwa yintombi eyayisuku ePiet Retief ize kim eGoli yathola IGozi yemoto. Abanye benu bayisule mina ngayikholwa ngesizathu sokuthi bangithumelele izithombe ezazibonisa ukuty ulimele vele kanti lutho ngibanjelwe intulwa bafuna ukudla imali yami akunamuntu olimele ngoba ngimbonile yena akanaso nesincane sibaze esikhombisayo. so ngifundile ukuty ungabomthemba umuntu kakhulukkazi uma kuhlanganise nemali.

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...