John

Isilingo

John • 13 Dec 16 20h57

Kwakuyisonto ntambama ngiqeda kwehla etekisini ngase garaji eduze kwase Berea Centre, ngihambe ngibheke e Davenport ngoba ngfuna ukudlula khona bese ngiya endlini, ngithe uma sengizofika eBP garaj, ngizwa umunt wesmame uyamemeza �kodwa nkosi yam�, ngbona okuyi phara kuza ngakmina ngesikhulu isivinini, ngibone ukuthi kumrobhile losisi n lapho kuthulekile emgwaqeni, ngizame ukulivimba iphara , nhlanhla leyo ngiphumelele, ngiliphuce isikhwama bese ngilithi �phahla ngenkulu impama�, lixolise selibona abanye abantu beza, ngiliyeke ngithathe iskhwama ebelisiphuce losisi,,,�ngyabonga ngyabonga ngyabonga bhuti� kusho losisi, bese kucaca ukuthi ay konke sekulungile n ne phara alisabonwa,, �ngabe kusaphelele konke eskhwameni sakho sisi?� kubuza mina �eh ey awthi ngbheke,, mmmmh ya kubukeka kuphelele�,, ,,�ay ayinkathazo nalama phara� kusho labosisi abasebenza kulama salon akhona lapha,, �ncese sisi� kusho omunye walabo sisi base salon,, �waze wasiza bhut� kuqhuba omunye ay ngbone ukuthi ayikho into angiymele la, bese ngyaqhubeka nendlela.Ngithe ngingakofiki e Davenport, ngizwe I hoot �pip pip�, I Hyundai i20 emhlophe iza ngemuva kwam,, ngiphenduke ngibheke ngokukhulu ukunganaki �haw bhuti wahamba nje kanjalo ngingasabonganga� haw yilosisi weskhwama, ame eduze kwami �uya ngakuphi ngikuhambise?� kubuza yena, ngithi ngiya endlini, �woza ngikuhambise�,, ngingene emotweni yakhe n ngyamubona usathukile uya shaker kancane,, angthathe angbeke ngase flatin lami ku Lena Ahrens, uma ngehla athi angime kancane �bhuti ngicela ungsize uma ungakwazi, to be honest with you im in no state to drive right now, ngisathukile�, ok ngilalele, �ngicela ungithathe ungiyie la enghlala khona, I will get u a cab to bring u back�,, aybo lomuntu uthin manje, ngith ok kuzomele ngithathe I license yami ke, nangempela ngiyilande bese siqala indlela silibangise eMorningside la ehlala khona, endleleni ngilokhe ngimntshontsha kancane ngibuka lawo mathangakazi avele phans kwalengubo yakhe n uhlel akanake lutho, ubesezithulile yena , ngizom�biza ngo Thandeka nami ngase ngimutshelile igama lami.Sifike eduze kwe flat lakhe,abonge angaqedi nangempela agcine isithembiso sakhe sokungibizela icab, sisahleli emotwen yakhe silinde icab syaxoxa nje kumnandi ngyamuncokolisa n useyahleka kuhle, usekhohliwe okumuvelele, bese ethi angimnike inamba yami kunomcimbi azongmema kuwona bese ethi �ngizokfakela umngan wami ungesabi, don�t even think about me,,, mina im taken plus im older than you� usho uyanghleka. ifike icab ngbuyele endlin yami.Emva kweviki elilodwa kuwu Thursday ntambama ngiqedq kfika ngphuma emsebenzini, lukhale ucingo lwami, �Hello�, ngiluphendula �kunjan mfana wami?�,, haybo uban lo ngizbuza,, �relax uThandeka lo, listen ngo Saturday ngyakmema nginomcimbi� anginike imininingwane lapho ngsale ngithukile, inhliziyo ishaya ngamandla. Washaya u Saterday, ngathola imeseji from uThandeka ethi ngizolandwa umngan wakhe uZinhle ntambama,, sashaya isikhathi wafika uZinhle,,mmmmh muhle naye njengomngan wakhe, sahamba naye n labant bobabil abafun ukusho I age yabo uma ngibabuza,,coz no Thandeka akafunanga ukusho noZinhle naye uyanqaba kphela nje bangbiza ngengane,, uZinhle ufake ingubo eBlue enomqhewu ophakathi kwamathanga n uyashayela nje mina ngbuke amathanga ache n uyanhgleka useze wathi �suit yoself � n lapho ngfile ukuqhanyelwa, sithe uma sfika e hall b4 sehle wathi �uzoba strong boy����ey kwaze kwanzima n ngfile ukuqhanyelwa��������.

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...