"Lithi......lifuna....uku...ukulala....nawe ukuze lisikhulule" esho ebanjwa amalimu ulethu ebheke le engincisha amehlo. Haybo uthenike wena lethu, uvumile wanikela ngami"? Kubuza mina ngimubuka engshalazela. "Angvumanga darkie, ngithe sisazoxoxa nawe, kunzima konke dear manje. Angthandi uyovela ehlazwen ngenxa yam uyothetha icala lento eyihlazo kangaka. Kodwa ayikho enyindlela engingenza ngayo kuth uphunyuke okungenan kusale mina. Kanti futh nokukunikela kulomlisa ayokudla kunzima kim, ngizokwenzenjan nje ngeskhath ekudla ngazi ukuth uphekwakho manje, ngyaz asithandani kodwa ngyakthanda kunzima" limile iphoyisa lincike ngemoto liloku lisithi jeephu.....ngimudonse ngehlombe ngimubhekise ngakim ngimubuke mahlweni..." Lethu uyabona iskhath siyahamba kuyasa sizoze sibonwe abantu, sengicabangile ngadecider....ngizoyenza intando yephoyisa, ngeke ngibe nalutho sizosebenzisa iprotection lingibhebhe siqede sikhululeke....kodwake wena u owe me a lot....komele ungibonge ngob uwena ongfake eslingweni" ngisho ngiziqinisa ngimumbambatha ihlombe. Athule angbuke...."mmmm darkie angaz ngthini, akukho engizokusho ngyakuzwa kulungile. Ngehle motwen ngiye kuye umlisa lo..." Ok ke bhuti ngisizwile iscelo sakho and am ready...ngicel kuzwa ngawe ke siyaphi? Ngimubuke ngimubone edla udebe lomlomo....angbuke....kuhlangane amehlo ngibheke phansi kqala...ngihlala eflatin khona la etown sthandwasam singahamba sishaye into ka one bese ngkubuyisa....angaz noma umnganakho uzokulinda or ngzokuhambisa mina masqeda. Ung xolele nkosazane angqondile ukukuzwisa ubuhlungu, ukuthi nje ningbulele namanje induku iyafutha....ngiqale ngama ewindin nhanibukela ningangiboni....ngsize mtanomuntu ngzokjabulisa i promise you" nam mangimubuka ekhuluma ngezwi elipholile engbuka emehlweni ibhlukwe liqumbile ngiqaleke manje ngifikelwe umuzwa wobundindwa. Ngizizwe sengikulungele ukumqabula nokumnika akufunayo. " ok ngyabuya ngicela unglinda kancane..kusho mina. Ngingene moten kulethu...."Lethu sesixoxile nobhuti lo sizohamba naye uhlala la eflatin kwicentral wena ungahamba ngzokufica phambili.....ngyakucela ungaveli kulaba engsebenza nabo mawfika ngoba bazongbuza ungazi ngzothini. Ngzobuya manje yezwa.....loku engkwenzayo sengkwenzela mina nawe.....ngimubambe islevu ngimkisse esphongwen ngvale iscabha semoto ngphume. La ngaphandle sekupake imoto yakametro ihamba ubhuti naye ogqoke i uniform.....kusobala uzozitshela ukuth ngiyintombi kazakwabo imeter taxi le ibingilethe kuzakwabo. Hopefully akamutshelile amaqiniso ayihlazo ngam. "iyonake imoto ezosihambisa endlin le sisi angaz noma busuqedile yin nomuntwakho" ay bese skhulumile singahambani...lapho mangiqalaza ulethu imoto usaypakile ugqolozele ngakuthina uthe njooooooo......ngimushaye indiva nje. Angbuze igama ubhuti....ay bangbiza ngodarkie bhuti nawe ungangbiza ngaye. Ok darkie liyakufanela noko......uyidarkie elihle ngampela" avule iscabha singene. Ngibingelele avume udriver ngimobone engbuka esbukwen les esingaphambili. " Darkie uzakwethu lo uMasimula......Masimula intombi yam le njengoba bese ngkutshelile ocingweni....idarkie elihle nawe uuazibonela nje.....esho emamatheka ecamela kim...nam nginhakhombis lutho olubi ngishaye ismile. Abonge i intro udriver ahleke ....waze wangichomela We Dlamini ngoba mina ngizshimele....kodwake ake ngthembe udarkie uzongzamela nam isibutubutu esfana naye...bahambe bencokola nje size sfike kwelinye lamaflat elikurussel...avule iscabha udlamini sehle naye kuvaleliswane.."usuyozwa ngocingoke Masimula sesicela uslande uma sinhazunywanga ubuthongo" kusho udlamin ehleka. Ahambe umnganakhe....sidlule kwisecurity abhalise singene kwilift......
Comments (0)
No comments yet. Be the first to comment!