John

No Title

John • 26 Jul 16 19h44

Ngibingelel ekhaya kwamthakathi ngokulingan kwethu kusukela kwabadalen kuze kuyofika kwabancan yize sesaba side iskhathi ngagcina kulegosi kodwa kuyajabulisa ukubona izinga likhuphuke kangaka cha ngachith sikhath angihlale odabeni yize bathakathi ngizoba mude bt seniyongixolele. So imikanje indaba yami ngiyinsizwa yakwethu ngina28 ubudal ngyafunda lapha eCollege eMandeni ngenza i-electrical cha ngyigeza lensizwa ngyazibamba nengane namajita wami ayazi nje ukuth if isikhonjiwe sisuka nayo uthuli so akuthi nje ngolunye usuke kade siqeda ku-attend iclass lokugcina siphume namajita wami sayobhema ngase ngyabuya ngoba khona engangikushiye eclassin ngifike ngingakutholi ngibuze asho amanye ama-student ukuthi kuthathwe uScelo umngani wami ngizomthola e-libraily ngiye khona ngifike ngimcinge ngithole aiike anginike ngibonge sase siyazixoxel ngithe nje ngiphakamisa amahlo ami aiii anglwazi loluyanyazi engadlangana nalo ngamehlo ami aii inhle ingane yabant iqedile angasuki amehlo ami kuyo ngilokhu ngybukile nje iyazifundela ayinake nakunaka ngigcine ngimbuze umganami ukuth uyayazi yin lengan alandule angihlohle athi angiye kuyo aii kubekhon novalo olungishayayo nginqene anghlohle ngize ngizijube ngiqonde khona ngumfoka manyelela ntombi yesoken oah ngixolise bathakathi igam nguMsizi aii ngiyiqonde lentokazi ngifike ngibingelele nje kahle ivele ingithathe phansi ngamehlo ize iyophuma nami phezulu kungithuse lokha ngibuze kuyo " ngabe mhlampe khona okubi engikushilo kuwe cc wangibuka kabhlungu kanje" ai ivele ingichize isho ihlina ngaleso sikhathi kube ngathi khona nto embi eyibonayo mina laph ngzibukela ubuhle nje kuphela ivele ingiphedule ngekulu indelel leh " aii yaz awungixhege bhuti angazi ukuthi ungbona ukuthi ngijan" isho iyasukuma cha nam ngalwi nayo ngincenge ngyichazel ngzibike kuyo laph ayinake lutho ukuthi ngithini kuyo aiii!!! kant ngikhuluma noba yena umunt wakhona akanake nakunaka wathi esukanje wathath izincwadi zakh " aii awith ngihambe ngaze ngibuyise inyogo ekhlaza yangokhisimuzi ka2014" ngiyabambe ngesandla uma isithi ithatha amastep iyahamb haa!!! Kwaba ngyithele ngezibonkol ingan ivel ime ibeke incwadi phansi ingish laph ngaswela umgodi wokucasha ziyahleka neyngane laph uma ngith ngibuka amajita wami ayafa indakazo aii ngibone ukuth lah kuphela ukusa ai ngehlize umoya ikhulume ize iqede yasho yastaka amathe yathatha incwadi zayo yahamba ngayibuka yaze yayo sithela aii ngasho ngath ngidiban nembilazithutha kwaphela ngish amaqhinga nginyobozela ngiye kumajita lapho baphelile insini amanye anganduduza sakumaketha ngivel ngizwa ngenyanya kwasani ngithathe ibag yami ngibone ebheke ekhaya ngihamba ngyacaba " haaa yangijwayela lengan yezwa ayingaz kahle" ngyathatha ngyabeka ngibuye ngyicabangel into embi ngibuye ngzikhuze aii ngifike ekakhaya ngingen ekameren lami ngyibuyise lento ibishiwo ilengane ngichine ngize ngizumeke nglale ngiphaphem sengivuswa umama ngethuka angibuze ukuth ngyagula yina ngilandule ngikhale ngokukhathal kade ngihamba ngezinyawo so amatexi abengekho. Athi " k angzothatha ukudla" auu kant ubani iskhath uma sekudliwa lapha ekhaya magith ngyabuka hauuu iskhathi sesihambe kanje lokhu ngifike ekhaya ngabo15:20 bt naw kuyoshaya u21:00 aiike ngihambe ngothath ukudla ngihlale dunningroom ngidle mase ngiyolala kuse ngakusasa nginqen ngish ukuya esgele ngibuye ngzikhuze " aiii suka shuthi kzomele ngiyeke iskole ngenxa yentombazan aii angiye eskoleni ngihambe aii ababonile bakhombana ngami ngangabanaka ngazitshela nje ukuth kuzodlula zahambe izinsuku kwaqal kwalungiselelwa ukubhalwa laph lengane ngijika ngish ngyibona ukuth iza ngalapha ngize ngzenze muntu obhizi ngokuthile noma ngzikhulumise nocingo bathakathithi kubhalwe kuqedwe ukubhalwa bantu baya emakubo abanye vel abakhona laph emanden aii zihambe izinsuku kuthi nje ngeviki lokugcina nje ukuthi sivule kube nesifo lapho kugane khona aunt wama eStengar ayi vele sikhona ekhaya siye khona sosiza kuze kugcwatshwe maseke mina kumel ngibuye ngesonto ekhaya ngoba ngyaqala ngakusasa ngomsombuluko eskoleni so umfana wesekhaya anginike imoto yakh ethi angihambe ngayo yena uzosala laph nogazi uyoze abuye ngolwesithathu ngibonge ngith ngzosuka khona ngabo18:30 kanje ngoba vela nencwadi zokushayela anginazo ngibalekela amaphoyisa aii sizihlalel nogaz kuyaphuzwa laph kumnandi nami ngyashaya bt kancane ngoba ngsazodrive zishaye izikhathi ngilungise ngiqede ngiye ko-aunt nomam kanye nabanye nje omama bendawo ngifike ngivalelise bajabule kube kuhle ngisuke lapho nesimo se zulu asisihl kahle seliyakhemezela kuyabanda ngithathe ijezi ngiqhoke ngyodumisa imoto mase ngovalelisa kogazi bami kubekuhle kuthathelwane nama number eyncingo mase uba4 anginika R500 athingidlule ngifake petrol ushintshi ngyobona ukuth ngenzan ngawo ngijabule ngingen emotweni ngishaye izule ngidlule eTown ngithele petrol kaR300 mase ngizithengela amaplay aw2 ngzishayela wona vel sekumyamanyan manje nd liyakhemeza lokh okumatisana unganaki ngihambe kuthe mase ngilaph nagsemarobbotin kubekhona ucc nje ohayikhayo ngisho ngenhliziyo au labonondidwa badayisa ngish kumakhaza kanje nganaki ngitha ozoke akhulume into engayizwa uzongibona kahle angifune nquza mina kawonkewonke aii livale irobot ngime azijube locc ashaye ewindin nglehlise ngith ngzoke ngizwe angbuze " awuyi bhuti ngapha eMandena " ngivume ngitha ngyakhona " bengsacela ungsiza bhuti manj ngishiwe itexi laph ngisuka eMnambithi angsazitholi eziya eMandena aii nami ngokunganaki ngith"ok" livule ngisuke ngyoma ngaphesheya eze locc uphethe nesuitecase nje uqhoke nesgqoko akabonakal kahle kumakhaza laph ngivule iboot yangemumva ngimfakela ngivale seliyana manje singen emotweni akhumule lokh kwamajaz abesifazane amahle anamabhande akubeke kwiseat engemumva ahlale ngaphambile ngishaye ukhiye ngisuke akekho okhulumayo laph aii azijube yen akhulume " ngyabonga bhuti wangsiza any way I" m Mbali Magwaza" nami ngivume " aiii mina cc nguMsizi ngwakaSbiya khona laph emandeni" aphendule " aiyi ngyajabula ukukwaz bhuti angikhuluma nje anginake nakunaka ngzishayela iplay yam angaz yina lena eyath awuke ubuke lomuntu omgibezile angwakholwanga amehlo ami ngashawo uvalo ngathuka sengibona imoto igcwala umgwaqo ngyibambe akhela naye locc " aiiiibo kwenzenjan manj" aii ngime kancane ecelen komgwaqo abuze yena ngyabona ukutha akasangibon or udidwa nawukuth ngiqhoke nesqhoko ngasihlephulela ngakuye akangibon kahle ebuswen ngiphum emotwen ngime kancane ngaphandl liyan njal ngaphandle aii ngsadidekile " yeeeseess lengane yangiphoxa kangaka eskolen ngyayisiza namuhla ngyanxanpha isho imvula ayi ngibuyel ngapha ngakhombisi ngivel ngibuyelwe inqond yokutha ngifuna angibone ayi ngsikhiphe isqhoke amane angangibona kuhlangane amehle avela abheka phansi nami ngivel ngaxwayisi ngidumise imoto ngisuke sesiyahamba akekho okhulumisa omunye siyamba ngyacabanga laph " ngenze njani ngimshela futhi or ngiythulele nxxxh angimyeke nje ukuze abona ukuth ungabo mbukela phansi omunye umunt ngoba awlazi ikusas" sihambe kuthe uma sesingaseDanerla sifisce kunegozi ebekhona kunetraffic silibaziseke khona size sisuke ngabo 20:30 aii ngincenga kancane akekho okhulumayo saze siyofika emanden yaqala inkinga the tym sifika erenk akukho monto kuthulekile laph. Ngithule nami ngimbuke uyabakaz manj ngize ngizijube " kombe uhlal kuph ukuze ngikusize coz amapharaah alapha ayinkinga" athul kancan adonse umoya " ngidlala retthill" ayi bathakath ukusuka erenk uya laph is abaut 3 to 4km ngbon ukuth nje akengimlaye ngith " aiii kulungile uzoshoke ukutha uhlala ngakuph khona ngzokuhambisa ungaze ulinyazwe amaphara " naye ngokuthuka " uzungisa ngasekhaya ahlahle amahlo" ngivum ngimtshele ukuth if kukuth kunenkinga ngalo..... Angbange ngsaqeda " aiii cha cha akunankinga ngajabula if ungangihambisa mf2" ngisho ngenhliziyo " awuuu mina njalo sengumfwenu" ngisuke ngihambise kutholekile laph emotwen angidirect size sifike ngakubo akhombe ngimise imoto ngivule ne-boote yangemumva sehle ngivulise sikhiphe iskhwama sakhi abonge athi uqala lendaba yaseskolen ngivel ngimvimbe " ayiii khulule cc akunankinga sengadlula kudala lapho angsiya umuntu wamaqhubu mina ngyakholwa " asmile ngyabona cha ngyaxolisa ngempela mf2 angazi nami ukuthi kwenzakani kusho yena ayiiike nami ngimkhiphe nje kulowo mqodo abonge anginike imali ngyinqabe ngitha akakhulule useyozibheka ngayo eskolen namhlanje bekuyinhlahla yakh ngibone ukuthi khona uyaxhway uma senginqaba nanemali angincenge ayi phela ngeke ungavumi uncengwa ingilosi uqobo phela inhle ingane yomfaz khona abantu othi uma ubabheka ungaboni ngisho nesici lesi ngichine ngivumile anginike R50 nguthathe sivalelisane ngine emotwen ngishaye izule ngize ngyofika ekhaya. Ngzosiqhuba bathakathi iskhathi esingshayayo prt2 is comming soon

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...