Bathakathi ngicabanga ukuthi kulungile ukusiza intombi yakho mhlambe ngezinwele nje umsize uma enganalutho lokuzisiza, sengthandane nalo sisi cishe u three months emavikini amabili noma amathathu sike sahlukana ngoba ngyamazi uyathandela amadoda, kodwa kusuka kulelisonto sesibonene futhi bese ngimkhumbule yena shem angbhoreki uma nginaye, uze washo izolo kahle ukuthi nami ngiyakuthanda Nataniel, ngidinga imibono yenu bakhunkuli ngiqhubeke naye ngifuna nikumthengela impahla ne smartfone,
Comments (0)
No comments yet. Be the first to comment!