John

Ubuhlungu!

John • 03 Jun 16 21h10

Angikaze ngicabange ukuthi umoya wami ungaphuka njengoba kwenzekile namuhla. Ukuba angiyena umzali bengizophuza amaphilisi ngilale ngivuke esihogweni uqobo ngoba akubusisekile ukuzibulala. Ngiyazama kodwa ngiyahluleka isibibithwane kasipheli. Inzima impilo Thixo wami futhi idinga abastrong okwangempela!

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...