John

Advise

John • 28 May 16 01h03

Ningangijaji bantu benkosi, ngikhuluma nani nje ngoba akekho omunye engingakhuluma naye lendaba. Im a 23 year old woman, nginengane ena3. Sisathandana nobaba wayo nd kahle nje. Inkinga ilapha, i have been attracted to other women since i was 10 years old, lemizwa istrong ngalendla exakayo. Ngiyasonta nd ngiyazi ubutabane bubi, ngiyazama nami ukungalingekeli kubantu abaphila lempilo. Ngise universirty manje n doing my 2nd yr kupsychology nd lemizwa isibuye ngamandla axakayo, angazi ngenze njani. Ngicela ningibonise bantu benkosi ukuthi ngenze njani. Ngiqhubeke nokuzigcina or ngilalele imizwa yami. Ukunitshela iqiniso lento yokuthanda umuntu wobulili obufanayo kuyazenzakalela, imizwa yakhona istrong ngalendlela engefaniswe. Mina maningangbona angeke nize nicabange ukuthi im attracted 2 other women ngendlela nje engiphansi ngayo, angibhemi angphuzi angwafaki nginamahloni. Eclaaini bangazi njengentombazane elungile engafanele nje nakancane ukuba isitabane. amabhulukwe. Ngenze njani???

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...