Guys kunosisi obeshlala naye ekotishini manje usethole indlu enkulu kunalezi zethu and waytholelwa imina le aseye kyona ngokumsiza nje ngoba ubehlala no nanny nenngane encane, so manje unanny akasekho nengane useyshiye kusisi wakhe so nginokuya lapha kyena ngiyombheka nje ngiykhulumise imkhuba like ngcel ukukhlalisa or ngizoklalisa ntambama hhay ahleke athi uzoshawa wena ngoba nghlala no mem mina but kukuth ungena i nyt shift niyawazi ama nurse, so manje ngyamhalela lo sisi manje ngyasaba ukumbhozomela ngoba angmaz ukuth umuntu onjani or uzo react kanjan mangyenza lento and inkinga bayazwana no mem wam and umunt wakhe losisi use Xobho, manje nje guys angaz ngenzenjani coz yena mangimbuka akanankinga coz uvele ath wee angfune kshawa mina
Comments (0)
No comments yet. Be the first to comment!